Wb/zu/Izibalo

From Wikimedia Incubator
< Wb‎ | zu
Wb > zu > Izibalo
Izibalo

isathulo sokucala kwezokubala.


Isethulo[edit | edit source]

Imfundo igaba esibaluleke kakhulu kwezobusayensi. Lesi sigaba semfundo senza kube lula ukubala izinto ezifana neneni lento, umkuma kwento thize, ukuqucuka kwento, kanye nobukhulu bento thize. Ngiyathemba ukuthi ungathanda ukwazi ukuthi umzimba wakho mkhulu kangakanani? Mhlawumbe ungafuna ukwazi isimo sezulu? Besingeke ukwazi zonke lezinto umasingakawazi ukubala.
Wonke umuntu kufanele akazi ukubala, ukubala imali kungezinye izinto ezifuna ulwazi lokukwazi ukubala. Empeleni, cishe wonke umsebenzi ufuna umuntu okwazi ukubala nobe ofunde ezokubala.

Izahluko Zalencwadi[edit | edit source]

Isahluko 1 - Bala (Count)[edit | edit source]

  1. Funda ukubala Kahle
  2. Hlanganisa
    1. Hlanganisa izinamba ezinkulu
  3. Khipha - Bala okukhishiwe
    1. Khipha izinto/inamba enkulu
  4. Phindaphinda
    1. Phindaphinda ngenamba enkulu
  5. Hlukanisa
  6. Umsebenzi wasekhaya wokubala

Isahluko 2 - Amacephu (Fractions)[edit | edit source]

  1. Yini amacephu?
  2. Hlanganisa amacephu
  3. Khipha icephu
  4. Phindaphinda amacephu
  5. Hlukanisa amacephu